Udilikajele kowadlwengula eKZN

2012-12-14 07:32
Yabelani Shicilela

Durban - Owesilisa waKwaZulu-Natal ugixabezwe ngodilikajele eNkantolo yesiFunda eGreytown ngoLwesine ngokudlwengula owesifazane oneminyaka engu-53 ubudala, kusho amaphoyisa.

USibusiso Mabu Sithole wahlasela lo wesifazane esendleleni egodukayo eMatimatolo ngo-Okthoba 22, kusho uColonel Jay Naicker.

USithole kuthiwa wahudulela isisulu kubo nalapho afike asishaya khona ase eyasidlwengula ephindelela, kuqhuba uNaicker.

USithole, 28, wabe eseboshwa ngosuku olulandela isigameko.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C High level clouds. Mild. Pta: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-21°C Sunny. Mild. Bloem: 8-25°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 17-28°C More sun than clouds. Warm. PE: 16-23°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...