Udedelwe obesolwa kolwaseNanda

2013-01-02 15:06
Yabelani Shicilela

Durban - Isidedelwe indoda ebiphekwa ngemibuzo kulandela isehlakalo sokubulawa ngesihluku kukamama nabantwana bakhe abahlanu, eNanda.

Amaphoyisa aKwaZulu-Natal akhiphe lo mbiko ngoLwesithathu

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant-Colonel Vincent Mdunge uthi umsolwa bamdedele ngenxa yokushoda kobufakazi.

Lona waboshwa ngamaphoyisa ngeSonto, esolwa ekubulaweni komnikazi wesitolo uNobuhle Leneha, 38, nabantwana bakhe oKhalalelo Bobora, 14, Tumelo Bobora, 9, Karabo Bobora 7, Simpiwe Bobora, 5, noTakiso Bobora,3.

Zonke izingane zabe zinamanxeba okugwazwa kanti umama akuqondakali wabulawa ngasiphi isikhali.

UMdunge uthi umyeni wowesifazane wayengekho ekhaya ngesikhathi kuhlaselwa.
 



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone indoda engozini yeloli

Emizuzwini eyi-16 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Mostly sunny. Mild. Pta: 11-25°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 11-19°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Bloem: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 16-22°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 13-16°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...