Udaba lukaDalai lama luya enkantolo

2011-10-18 09:37

Johannesburg - Amaqembu iNkatha Freedom Party neCongress of the People asevumelene ngokuyisa uhulumeni enkantolo ngodaba lwe-visa yomholi wokholo wamaTibet uDalai Lama.

La maqembu afake isicelo eNkantolo eNkulu eKapa ngoMsombuluko mayelana nendlela uhulumeni owalusingatha ngayo udaba lukaDalai Lama nabathi yayingekho emthethweni.

La maqembu athi alindele ukuthi ngesikhathi esizayo lo mholi aphathwe ngendlela eyamukelekile.

OyiLungu lePhalamende ku-IFP uMario Oriani-Ambrosini uthe lolu daba lusazovuka futhi njengoba umholi weqembu lakhe uMangosuthu Buthelezi ememe uDalai Lama ukuba abe yingxenye yomkhuleko ozoba kuleli ngoMashi.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 17-29°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Showery. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-24°C Heavy rain. Broken clouds. Mild.
Dbn: 18-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 15-20°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...