Uchithiwe uMalema

2012-04-17 14:29

Johannesburg - Ibhuntshile imizamo yomholi wophiko lwentsha ye-ANC uJulius Malema, yokuzama ukuchitha ukumiswa kwakhe, kusho isitatimende sekomidi lokuqondisa izigwegwe eqenjini le-ANC.

"INDCA... ithole ukuthi iNDC ayiphulanga migomo, izinqumo ezithathiwe ziyahambisana nemigomo ebekiwe," kusho uSihlalo weNDCA uCyril Ramaphosa, esitatimendeni.

UMalema wafaka isicelo sokuchitha ukumiswa kwakhe mhla zinhlanu ku Ephreli, ekhala ngokuthi ikomidi alihambisanga ngendlela.

UMalema wamiswa yiqembu ngemuva kokukhuluma abize uMengameli uJacob Zuma ngondlovukayiphikiswa, wathi ucindezela uphiko lwabantu abasha eqenjini.

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C More sun than clouds. Cool. Pta: 18-30°C Drizzle. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 17-26°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 15-27°C Rain early. More sun than clouds. Warm.
Dbn: 21-31°C Isolated tstorms. Broken clouds. Warm. PE: 19-25°C Passing showers. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...