Ubuyela enkantolo uDebbie Calitz

2013-01-30 10:02

Johannesburg - Lowo owasinda ngesikhathi ethunjwe ngamaduni bemikhumbi uDebbie Carlitz kulindeleke ukuba abuyele enkantolo ngecala elihlobene nezidakamizwa.

UCalitz noke wahlala eBluff  ngaphambilini, nowasinda ethunjwe eSomalia cishe iminyaka emibili, uboshwe ePitoli ngenyanga eyedlule.

Kulindeleke ukuthi avele enkantolo nendodakazi yakhe nabanye abantu abayisiskhombisa.

Amaphoyisa abopha uCalitz, 50, emzini oseConstantia Park ngemuva kokulunywa indlebe ngephathi ehambisana nezidakamizwa.

Amaphoyisa athi athola insangu nama-magic mushrooms kulo muzi.

Umsolwa nalowo ayethandana naye uBruno Pelizzari badedelwa ngabathumbi babo eSomalia ezinyangeni eziyisithupha ezedlule.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kwesule isikhulu se-IEC esikhundleni

Emizuzwini eyi-36 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-27°C Sunny. Mild. Pta: 16-29°C a few showers. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-27°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 16-29°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 20-24°C Widely scattered tstorms. More clouds than sun. Mild. PE: 19-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...