Ubulawelwe emzini wakhe bezofuna eyesitokofela

2014-12-07 11:02

Johannesburg - Kudutshulwe kwabulawa umlisa, kanti kuthiwa udutshulwe abalisa abathathu abebefuna imali yesitokofela emzini wakhe eJabulani eSoweto, kusho amaphoyisa aseGauteng ngeSonto.

Lo mlisa ubuye kwakhe ngemuva kokuyokhipha imali ngoMgqibelo ebusuku, kusho uWarrant Officer Kay Makhubela.

"Abalisa abathathu bafike emzini wakhe bafuna imali kodwa yena wanqaba nayo, base bemdubula washonela khona lapho.”

Funda nalolu daba: Bekulindeleke adedelwe obethunjwe yi-Al Qaeda.

Abasolwa babaleke bengayiphethe imali njengoba bephazamiselekile ngemuva kokudubula.

Amaphoyisa abizelwe endaweni yesehlakalo ngezithuba zabo-22:00.

"Akukacani ukuthi abasolwa bamlandele ephuma kokhipha imali yini umufi noma bebenolwazi lokuthi kunemali endlini."





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 



- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
3 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C Scattered showers. Partly cloudy. Cool. Pta: 18-29°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-23°C Morning clouds. Mild. Bloem: 12-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-24°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-21°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...