Ubulawe ngoShaka ababili ebhukuda

2012-04-19 16:41

Johannesburg - Ushone ujuqu umlisa waseKapa ohlaselwe nguShaka olwandle iKogel Bay, elimaphakath neGordon's Bay neRooi Els, kusho izikhulu zedolobha ngoLwesine.

"Umlisa useminyakeni elinganiselwa emashumini amabili ubudala, sesitholakele isidumbu sakhe," kubika isikhulu uKylie Hatton.

"Kumanje sikumisile ukubhukuda olwandle, namanje bakanisile oShaka abamhlophe emanzini."

Okhulumela abakwa-ER24 u-André Visser uthi umufi unamanxeba amambi esifubeni uthi umzimba uhlukene phakathi.

Okwamanje kuqhutshwa uphenyo kanti awukabi khona umbiko ophelele.


 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Sunny. Cool. Pta: 15-25°C Morning clouds. Warm.
Jhb: 12-22°C Morning clouds. Mild. Bloem: 16-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-30°C Haze. Warm. PE: 15-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...