Ubufakazi obusha kwelakwaShembe

2012-09-17 16:38

Durban - Kubantu abangu-820 trillion uyedwa kuphela ongakwazi ukusayina ngendlela efanayo nomunye umuntu, kusho ubufakazi obethulwe eNkantolo eNkulu eThekwini.

Lobu bufakazi bethulwe ngumcwaningi uMichael Irving, obefakaza ngemuva kokucwaninga idokodo ekuthiwa lasayinwa yiNkosi uVimbeni Shembe owabe ehola ibandla iNazareth baptist Church, elaziwa ngokuthi ibandla lakwaShembe.

Ibandla libhekene nezinxushunxushu kusukela kwakhothama iNkosi uShembe ngonyaka owedlule.

Umbango wesihlalo sobukhosi uphakathi kwendodana uMduduzi nomzala uVela Shembe, inkantolo isanda kuthola ukuthi uThingo lweNkosazana okuyigama ekubizwa ngalo iNkosi uVimbeni yiyo eyasayina phansi ithi kumele uVela kube nguye othatha izintambo.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-19°C Sunny. Mild. Pta: 8-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-14°C Sunny. Cool. Bloem: 3-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-22°C More sun than clouds. Cool. PE: 9-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...