Uboshiwe osolwa ngokudlwengula ingane

2013-02-13 16:33

Johannesburg - Zimkhalele umlisa waseDewetsdorp oneminyaka engu-25 ubudala osolwa ngokudlwengula ingane eneminyaka eyisithupha ubudala, kusho amaphoyisa aseFree State.

Okhulumela amaphoyisa uSergeant Yanga Ngcukana, uthi umsolwa ubanjwe esekhaya.

Ingane kuthiwa itshele u-anti wayo lokho okwenzekile, ithe umsolwa uyibizele endlini wayithembisa uswidi wase eyidlwengula.

Ingane ihanjiswe kudokotela, oqinisekile ukuthi idlwenguliwe, umsolwa uzovela ngaphambi kwenkantolo yeMantshi yaseDewetsdorp, ngoLwesine.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-24°C High level clouds. Mild. Pta: 16-26°C Showers early. Partly sunny. Warm.
Jhb: 12-23°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 14-28°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-25°C Scattered showers. Morning clouds. Mild. PE: 19-22°C Morning clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...