Uboshiwe osolwa ngokudlwengula ingane

2012-06-14 14:10
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Indoda yaseLimpopo izolala ibaliwe ngoLwesine kulandela ukuthi iboshwe mayelana necala lokudlwengula ingane eneminyaka emihlanu ubudala yaseGa-Molepo, ePolokwane, kusho amaphoyisa.

UConstable Moses Molepo uthi ingane edlwenguliwe ibiya ekhaya kubo iphuma esikoleni ngesikhathi ibanjwa ngumlisa ngenkani.

Kuthiwa ingane idlwengulelwe entabeni eseduze, abangani bayo yibo abazise unina obe esebiza amaphoyisa.

Umsolwa uzovela enkantolo ngoLwesihlanu.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-17°C High level clouds. Cool. Pta: 7-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 4-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-24°C Sunny. Mild. PE: 11-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...