Uboshiwe obanjwe nezincwadi zomkokotelo

2012-11-13 16:24

Johannesburg - Lizolala libaliwe ibhungu laseSoweto elibanjwe ngamaphoyisa lishayela imoto lisebenzisa izincwadi ezingumkokotelo, kusho amaphoyisa kaMasipala waseGoli.

UChief Superintendent Wayne Minnaar uthe umsolwa oneminyaka engu-24 ubudala umiswe ngamaphoyisa ngesikhathi ecishe edala ingozi ecishe eshayisa imoto yamaphoyisa, ngasemajikeni aku-N17 noNasrec Road.

"Ngesikhathi amaphoysia ecela izincwadi zakhe, kutholakale ukuthi ngezomgunyathi. Naye ugcine evumile ukuthi izincwadi lezi wazithenga ngo-R3 000.”

UMinnaar uthi umsolwa uvalelwe esiteshini samaphoyisa eBrixton, kulindeleke avele ngaphambi kwenkantolo maduzane.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-17°C Sunny. Mild. Pta: 9-20°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 6-15°C Breaks of sun late. Cool. Bloem: 7-18°C Afternoon clouds. Mild.
Dbn: 14-21°C Decreasing cloudiness. Cool. PE: 9-19°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...