Uboshiwe obanjwe ne-speed jammer

2013-01-07 08:15

Johannesburg - Izobingelela iMantshi eNkantolo yaseHeidelberg, indoda ebanjwe ngamaphoyisa isebenzisa umshini wokujema isivinini semoto.

Umshayeli lona ubeshayela emgwaqeni ongu-N3 eHeidelberg, kusho amaphoyisa aseGauteng.

"Kumiswe imoto yomsolwa ngesikhathi amaphoyisa ehluleka ukubona isivinini abehamba ngaso. Kuthe uma amaphoyisa esesha emotweni, athola lo mshini," kusho okhulumela amaphoyisa uBusaphi Nxumalo.

Umsolwa ubhekene necala lokuphazamisa ukusebenza komthetho.



 

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

UTutu ufuna kwesekwe ababhikishi

Emizuzwini eyi-21 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C Mostly sunny. Mild. Pta: 10-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 6-20°C Sunny. Mild. Bloem: 5-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-21°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-19°C Showery. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...