Uboshiwe obanjwe namakhebula

2013-01-23 16:33

Johannesburg - Ikhalelwe ngamasongo kaSigonyela indoda ebanjwe namakhebula akwaTelkom, angaba yinani lika-R60 000.

Umsolwa ubanjwe eseQueenstown, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape, ngoLwesithathu.

Umsolwa oneminyaka engu-48 ubudala, ubanjwe ezama ukudayisa lamakhebula endaweni edayisa izinsimbi, kusho uLieutenant-Colonel  Pumzile Makaula.

Amakhebula ebiwe endaweni yase-Elliot, umsolwa ugqunywe esitokisini samaphoyisa, kulindeleke aye enkantolo ngoLwesine.



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Owesilisa uvume elokunklinya intombi

Emizuzwini eyi-44 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 18-29°C Scattered showers. Partly sunny. Warm.
Jhb: 16-24°C Scattered showers. More clouds than sun. Mild. Bloem: 18-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-27°C Partly cloudy. Warm. PE: 19-27°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...