Uboshelwe elokubulala umfundi

2012-09-18 15:59

Johannesburg - Umfundi waseKagiso, oneminyaka engu-18 ubudala uboshiwe mayelana nezinsolo ezithi ubulale umfowabo womunye umfundi, kusho amaphoyisa aseGauteng.

UBrigadier Sipho Ngubane uthe ngoMsombuluko umfundi lona ulwe nomunye umfundi oneminyaka engu-17 ubudala.

"Lona ona-17 ube esebiza umfowabo ethi akazomekelekela."

Ngesikhathi umufi ezama ukwelekelela ugwazwe esifubeni washonela endaweni yesehlakalo.

Umfundi ogwaze omunye ube esebaleka, nokho ube eseboshwa esesibhedlela la ebelashelwa khona amanxeba okugwazwa, uzovela ngaphambi kwenkantolo yeMantshi yaseKrugersdorp ngoLwesithathu.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Unikwe odilikajele ababili owabulala

Emizuzwini eyi-2 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Scattered showers. Morning clouds. Mild. Pta: 16-24°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild.
Jhb: 13-19°C Showery. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 15-24°C Numerous showers. Partly sunny. Mild.
Dbn: 19-29°C Tstorms late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-23°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...