Ubaba uzikhunge nendodana

2013-02-11 07:58

Johannesburg - Indoda yaseKagiso, entshonalanga yeGoli ikhunge indodana yayo esencane ngaphambi kokuthi izikhunge nayo, kusho amaphoyisa.

UWarrant Officer Solomon Sibiya uthe lesi sigameko esibandakanya umfanyana, 5, senzeke ngoLwesihlanu.

“Isihlobo sitshengise amaphoyisa isidumbu sendoda, 31, izilengise ngentambo kagesi, eceleni kwayo kukhona indodana yayo nayo ilenga, sebeshonile," kusho uSibiya.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
2 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Sunny. Cool. Pta: 15-23°C Light rain early. Mostly cloudy. Mild.
Jhb: 13-19°C a few showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-21°C a few showers. Broken clouds. Mild.
Dbn: 18-27°C More clouds than sun. Mild. PE: 19-30°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...