Ubaba ucwilise ingane emanzini abilayo

2014-03-20 07:51

Musina - Owesilisa waseLimpopo uvele eNkantolo yeMantshi yaseMusina ngecala lokuzama ukubulala kulandela izinsolo zokuthi uzame ukucwilisa indodana yakhe ebhodweni elinamanzi abilayo.

UNaledzani Ndou kulindeleke ukuba abuyele enkantolo ngoMashi 26 ukuze ezofaka isicelo sebheyili, kusho uBrigadier Hangwani Mulaudzi.

UNdou, 23, waseMatswale, khona eMusina, usolwa ngokucwilisa ikhanda lendodana yakhe, 5, ebhodweni elinamanzi agxabhayo, ingane yalimala kabi ebusweni.

“Lokhu kungemuva kokuba ubaba esole ingane ngokweba amasonja abewapheka," kusho uMulaudzi.


 
 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
2 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-20°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Pta: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 8-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-26°C Sunny. Mild. PE: 11-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...