UZuma uzobuya engumnqobi eMangaung - Umbiko

2012-12-13 08:30

Johannesburg - Ukwamukela kukaKgalema Motlanthe ukungenela umjaho wesobumengameli ku-ANC ngeke kusayishintsha imiphumela yokuthi ngubani uzophuma phambili, kusho umhlaziyi wezepolitiki uSteven Friedman.

“Ngicabanga ukuthi noMotlanthe uyakwazi lokho...amagatsha amaningi athwele uMengameli Jacob Zuma ngeqoma,” esho ngesikhathi kudingidwa eyaseMangaung eConstitution Hill.

“Okuzoshintsha ukuthi manje njengoba sekukhona ophikisayo, abantu abazohambela iMangaung nabazozibuza ukuthi ngabe abanye abantu noma amaqeqebana ezithunywa amele yini ukuba khona noma cha."

Uqhube ngokuthi ukwamukela kukaMathews Phosa noFikile Mbabula ukungenela lo mjaho kuzohlola ukuthi uNobhala Jikelele we-ANC uGwede Mantashe unamandla amangakanani.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

- Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kugqekezwe emzini kaKrejcir

Emizuzwini eyi-18 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-16°C Rain showers. Mostly cloudy. Cool. Pta: 12-27°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 9-23°C Morning clouds. Mild. Bloem: 8-19°C Mostly sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 18-22°C Showers early. Mostly cloudy. Cool. PE: 14-21°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...