UZuma uvule umfanekiso kaMandela

2012-12-13 16:36

Bloemfontein - UMengameli we-African National Congress uJacob Zuma uvule ngokusemthethweni umfanekiso oqoshiwe waloyo owabe enguMengameli uNelson Mandela, eNaval Hill, eBloemfontein.

Kuphephezele amabhelunde kujatshulwa ngesikhathi uZuma eqaqa ishidi elimnyama ebelemboze umfanekiso.

Ukwembulwa komfanekiso kuza nje kubhekwe ngabomvu umhlangano omkhulukazi wokuqokwa kobuholi beqembu elibusayo eMangaung.

Umfanekiso kaTata ubekwe wabheka ngaseWaaihoek, okuyindawo ekwasungulelwa kuyo iqembu, eminyakeni eyikhulu eyedlule.

 



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Usesejele uPistorius

Emizuzwini eyi-19 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 16-29°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C Sunny. Mild. Bloem: 13-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-24°C More sun than clouds. Mild. PE: 17-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...