UZuma uhambele elaseMosambique

2011-12-13 16:03

Pretoria – UMengameli Jacob Zuma usefikile eMaputo, eMozambuque ngoLwesibili ohambweni lakhe laleliya lizwe, kusho ihovisi lika mengameli.

"UMengameli Zuma noMengameli Armando Guebuza bazoba nezingxoxo zokuqinisa ukubambisana phakathi kwamazwe ethu," okhulumela ihovisi, uMac Maharaj ushilo esitatimendeni.

Ngesikhathi eseMozambique, uZuma uzovakashela itshe lesikhumbuzo le-Heroes Acre, futhi neMatola Raid Memorial and Interpretive Centre.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Sunny. Mild. Pta: 17-28°C Showers early. Morning clouds. Warm.
Jhb: 15-23°C Rain early. Morning clouds. Mild. Bloem: 12-27°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 16-25°C Tstorms late. Afternoon clouds. Mild. PE: 13-22°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...