UZuma uhalalisele uHollande

2012-05-07 07:31

Johannesburg - UMengameli wakuleli uJacob Zuma uhalalisele uFrancois Hollande ngokunqoba ukhetho lobumengameli eFrance, kusho uMnyango wezokuXhumana kwamaZwe.

“Sithanda ukuthatha leli thuba sihalalisele uMnuz Hollande kanye nabantu baseFrance ngokhetho olungabanga nazihibe,” kusho uZuma esitatimendeni.

“Sikulangazelele ukuqinisa amaxhama ezombusazwe nawezohwebo ngaphansi kobuholi bukaHollande.”

UHollande uqumbe phansi uNicolas Sarkozy kulolu khetho.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C High level clouds. Mild. Pta: 12-30°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 9-24°C High level clouds. Mild. Bloem: 3-23°C High level clouds. Mild.
Dbn: 15-20°C Showers early. More sun than clouds. Cool. PE: 12-20°C Broken clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...