UZulu angase ahlomule ngoshwele

2012-05-15 10:06

Durban - Angase achithe izinyanga eziyisishiyagalolunye nje vo esejele usomabhizinisi waseThekwini uSifiso Zulu njengoba ziziningi izinkomba zokuthi angase athole ushwele kamengameli osanda kumenyezelwa uMengameli Jacob Zuma, kubika iThe Mercury.

UKhomishana wezoMnyango wezokuHlunyeleliswa kweziMilo uJames Baxter utshele leli phephandaba ngoMsombuluko ukuthi uZulu “nakanjani” uzoba yingxenye yalabo abazophulelwa isigwebo ngezinyanga ezingu-18.

Kodwa konke lokhu kuzoncika ekutheni uziphatha kanjani ejele nokuzonikeza ibhodi likashwele isizathu sokuthi limdedele, kodwa kuphela uma eseqede ukudonsa izinyanga eziyisishiyagalolunye ezisele.

Lokhu kuchaza ukuthi uZulu angase abe ngokhululekile ngoFebhuwari wonyaka ozayo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-22°C Sunny. Mild. Pta: 10-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 8-21°C Morning clouds. Mild. Bloem: 2-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-23°C Morning clouds. Mild. PE: 8-20°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...