UZille akalibonanga elidlalayo eNkandla

2012-11-05 07:56

Durban - Umholi weDemocratic Alliance uHelen Zille akabange esaphumelela ukuyohlola umuzi kaMengameli Jacob Zuma njengoba ebehlelile eNkandla njengoba evinjwe abalandeli be-African National Congress ngeSonto.

Amaphoyisa abone kuwumqondo omuhle ukuthi uZille angasaqhubeka nohambo ngenxa yokusabela ezokuphepha.

Isixuku ebesibalelwa ebantwini abacela enkulungwaneni besigoloze emgwaqeni ongenela ekhaya likaZuma.

Ngemuva kokukhuluma nabezindaba, uZille ube esevulela i-ANC icala lokuhlangana ngokungemthetho nokuvala imigwaqo yomphakathi kulandela ukubhuntsha kohambo lwakhe olubheke eNkandla.

IDA ibifuna ukuhambela umuzi kamengameli ukubona umsebenzi oqhubekayo njengoba uzolungiswa ngemali engaphezu kuka-R200 million.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-14°C Broken clouds. Cool. Pta: 6-21°C Showers late. More sun than clouds. Mild.
Jhb: 3-16°C Showers late. More sun than clouds. Cool. Bloem: 0-13°C High level clouds. Cool.
Dbn: 10-11°C Numerous showers. Mostly cloudy. Quite cool. PE: 8-14°C a few showers. More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...