UXingwana uphika izinsolo

2012-04-02 10:12
Yabelani Shicilela

Johannesburg - UNgqongqoshe wabeSifazane, iziNgane naBantu abaphila nokuKhubazeka, uLulu Xingwana, uphikile ukuthi usebenzise igama eliqala ngo-"k" elalisetshenziswa ngobandlululo ukuchaza abantu abamnyama ngesikhathi esendizeni yeSAA, kubika iCape Argus.

Okhulumela lo Mnyango uCornelius Monama uthe umbiko oshicilelwe ephephandabeni langeSonto "unehaba".

NgeSonto, kubikwe ukuthi usomabhizinisi uthe ubone uXingwana egibela ebhanoyini ememeza ethi: "Vala umlomo, vala umlomo, ingoba nakhu ngiyik*****a?" ebuza umsebenzi wasebhanoyini omhlophe.

UXingwana ubefuna ukuhlaliswa ku-businnes class kodwa ebe enethikithi le-economy class.

Kuthiwa lo msebenzi uzamile ukumbonisa, uXingwana nozwakale ethi: "Kodwa ngoba nginamasheya nje kule nkampani."

UXingwana uphike wama ngentaba ukuthi usebenzise leli gama.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C High level clouds. Mild. Pta: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-21°C Sunny. Mild. Bloem: 11-25°C Sunny. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 15-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...