UVavi uthi uyisibonelo esihle somholi

2012-09-19 07:34

Johannesburg - UNobhala Jikelele weCosatu uZwelinzima Vavi usezenze isibonelo somholi owake wadla imbuya ngothi, kodwa noma esephumelele wangabakhohlwa abantu.

Uthe yena eqala ukusebenza wayehlala endlini encane ngale ndlela, kodwa kwathi uma umholo wakhe unyuka, wayohlala eVaal njengoba manje esehlala kweyabadla izambane likaPondo eSandton.

UVavi uhola u-R500 000 ngonyaka.

“Ingozi iba sekutheni asiqapheli, bakhona abaholi abangabakhohlwa abantu yize sebehlezi ntofontofo."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- The Witness

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-18°C Sunny. Mild. Pta: 6-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-18°C Sunny. Mild. Bloem: 4-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-25°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-25°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...