UTutu ungeniswe esibhedlela

2011-12-12 09:59
Yabelani Shicilela

Cape Town – U-Archbishop Emeritus Desmond Tutu ungeniswe esibhedlela ngempelasonto lapho ebezohlolwa khona, kusho iNyuvesi yaseKapa (UCT) ngoMsombuluko.

Okhulumela i-UCT, uPatricia Lucas uthe uTutu ubezovela emgidini yokunikezwa iziqu ngoMsombuluko, kodwa akakwazanga ngoba ubengeka khishwa esibhedlela.

UTutu ubezothola i-Graca Machel Chancellor's Award for Continental Leadership kulomgidi.

Ongusihlalo weDesmond Tutu Peace Trust, uAdvocate Dumisa Ntsebeza uvumile ukuthi uTutu ungeniswe esibhedlela.

UTutu ugubhe iminya engu-80 wazalwa ngenyanga ka-Okthoba.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-19°C More sun than clouds. Mild. Pta: 9-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Sunny. Mild. Bloem: 4-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-26°C Sunny. Mild. PE: 16-21°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...