USteenkamp uzolothiswa namhlanje

2013-02-19 08:01

Pretoria - Intombi ka-Oscar Pistorius ebulewe kulindeleke ukuba ilothiswe ngosuku olufanayo nalapho lo msubathi ezovela enkantolo ukuyofaka isicelo sebheyili, nalapho kulindeleke khona ukuthi akhanyisele abantu ngokwenzeka ngosuku lwesigameko.

Unobuhle uReeva Steenkamp, 29, wadutshulwa amahlandla amane ekuseni ngoLwesine, washonela endaweni yesigameko, emzini kaPistorius osePitoli.

Umndeni kaPistorius usamile kwelokuthi ubufakazi buzotshengisa ukuthi "lesi sigameko sasingahleliwe futhi u-Oscar wayengaqondile ukubulala uReeva".

Abameli bakaPistorius kulindeleke ukuthi bandlalele inkantolo ngokuthi "kunezimo ezihlukile neziphoqayo" ukuba umsolwa adedelwe.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Sunny. Mild. Pta: 17-30°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Passing showers. More sun than clouds. Mild. Bloem: 15-21°C Rain showers. Mostly cloudy. Mild.
Dbn: 18-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 16-20°C Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...