UShelembe angase afune ukunxeshezelwa

2011-11-21 07:14

Pietermaritzburg - Lowo owayeyiPhini leMeya kuMasipala uMsunduzi u-Alpha Shelembe ubheka ukuthi afune isinxephezelo noma cha eMbusweni kulandela izinsolo abekwa zona zokushisa.

La macala ahoxiswa nguMvikeli woMphakathi ngoNovemba 4, ngokwesitatimende esikhishwe ngummeli wakhe uJeremy Diedericks ngeSonto.

Uthe uShelembe — nowabekwa icala lokushisa ngoJuni 23 emuva kokuthi lowo owayengumshayeli we-ANC, uThemba Mbona aveza ukuthi wayethunywe nguye — kodwa uShelembe yena wawaphika wonke la macala.

UDiedericks utshele iThe Witness ukuthi kuningi okushayisanayo esitatimendeni esenziwa nguMbona emaphoyiseni kanye nalokho akusho ngesikhathi evuma icala. 


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- The Witness

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kugqekezwe emzini kaKrejcir

2014-08-20 18:16
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-15°C Numerous showers. Decreasing cloudiness. Cool. Pta: 11-27°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 11-21°C High level clouds. Mild. Bloem: 6-16°C Morning clouds. Refreshingly cool.
Dbn: 17-22°C Passing showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 10-19°C Showers late. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...