USelebi ubuyele esibhedlela

2011-12-20 08:46

Johannesburg – Owayengukhomishana wamaphoyisa kuleli, uJackie Selebi ungeniswe esibhedlela okwesibili kule nyanga, kubikiwe ngoLwesibili.

IThe New Age ibike ukuthi uSelebi ungeniswe esibhedlela seSteve Biko Academic Hospital ePitoli ngoMsombuluko.

Umnyango wezobulungiswa utshele iphephandaba iThe New Age ukuthi uSelebi uzohlolwa izinso.

"Singavuma ukuthi uSelebi akazizwa enamandla. Ngimbonile, futhi akabukeki ekahle," kusho ukhomishana womnyango, uTom Monyane.

USelebi uqale isigwebo sakhe ngoDisemba 5 emuva kokuthola iminyaka engu-15 ejele. Watholwa enamacala okukhohlakala, nokuthola imali kulowo owayenyenyisela izidakamizwa, uGlenn Agliotti.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-20°C Sunny. Mild. Bloem: 7-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-19°C Showers late. Mostly cloudy. Cool. PE: 10-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...