UPityana uthi angaleseka elikaRamphele

2013-02-04 10:01

Johannesburg - Lowo owayeyisishoshovu seBlack Consciousness Movement uBarney Pityana uthe angaleseka iqembu elisha lezombusazwe lesifundiswa uMamphele Ramphele, kubika iBusiness Day ngoMsombuluko.

UPityana uthe uRamphele angase abe yizwi elisha kuleli njengokuthuthukiswa komnotho okudinga izinguquko ezinkulu kuleli.

Ngokombiko waleli phephandaba, uRamphele kulindeleke ukuthi ethule ngokusemthethweni iqembu lakhe ngenyanga ezayo, nokubhekwe ukuthi "lihehe abaholi abaningi abaqotho".

Ngesonto eledlule uRamphele uveze ukuthi uyibonile imibiko ethi uzimisele ngokuvula iqembu wathi akalindwe azikhulumele.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kudutshulwe usomatekisi nowakwakhe eKZN

Emizuzwini eyi-0 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 20-33°C Showers late. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-28°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...