UPhiyega kwelokuvikela iphoyisa 'elinamanga'

2013-02-07 12:04

Pretoria -  Lowo oyinhloko kwezokululekwa ngengqondo emaphoyiseni, nowasula esikhundleni, wabuya nencwadi kadokotela engumkokotelo ngemuva kwesonto eshiye umsebenzi.

Kuthiwa lesi sikhulu saqamba amanga ngokuthi besikuphi.

Ngokombiko we-Eyewitness News, uBrigadier Busi Buthelezi wakwazi ukubuyela embuthweni wamaphoyisa ngoba uKhomishana wamaPhoyisa uRiah Phiyega akazange akugunyaze ukwesula kwakhe emsebenzini.

Kuthiwa uButhelezi wakwazi ukubuyela ejokeni ngemuva kokuthola incwadi kadokotela engumbombayi ngokusizwa usibali wakhe.

Le ncwadi yayithi uButhelezi wanikezwa izinsuku ezimbalwa ehleli ekhaya ngoba egula ngasekuqaleni kukaJanuwari kodwa umnikazi wendawo ehlala izivakashi eMpumalanga uthi uButhelezi wayeseBarberton ngalelo sonto.

Amaphoyisa awazange aphendule ngalolu daba.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C a few showers. Decreasing cloudiness. Mild. Pta: 4-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-13°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -3-14°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 8-21°C Mostly sunny. Cool. PE: 14-16°C Scattered showers. More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...