UPatrick Craven ungeniswe esibhedlela

2011-09-22 13:21

Johannesburg – Lowo okhulumela umfelandawonye wezinyunyana iCosatu, uPatrick Craven ungeniswe esibhedlela, kusho inyunyana engaphansi kwelo mfelandawonye ngoLwesine.

"Akazizwa kahle, futhi kudala wagcina ukuthatha ikhefu," kusho okhulumela iNational Union of Metalworkers of SA (Numsa), uCastro Ngobese.

UCraven ungeniswe esibhedlele ngoMsombuluko.

INumsa ithe ifisa sengathi angalulama ngokushesha.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

UMbete uyinyathele emsileni kuShivambu

Emizuzwini eyi-23 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Scattered showers. Morning clouds. Mild. Pta: 16-24°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild.
Jhb: 13-19°C Showery. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 15-24°C Numerous showers. Partly sunny. Mild.
Dbn: 19-29°C Tstorms late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-23°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...