UPandor unxusa ukubekezelelana

2012-08-15 07:27

Cape Town - IPhalamende kumele libe yisibuko sokusabalalisa ukubekezelelana kubantu bakuleli, kusho uNgqongqoshe wezeSayensi nobuChwephe uNaledi Pandor.

UPandor ubekhuluma kusiShiyamthetho kulandela izitatimende ezenziwe ngamalungu amaqembu ezombusazwe mayelana nokubulawa kukaMuhammad Fayaaz Kazi, 27, nokusolakala ukuthi kwenziwe ngabantu abebekhuluma isiBhunu.

Amalungu ePhalamende achaze lokhu kubulala "njengobulwane".

“Lolu hlobo lokungabekezelelani ngokobuhlanga nangenkolo akwamukelekile,” kusho iLungu lePhalamende ku-ANC uRoy Ainsley.

UKazi wabulawa ehamba nomngani wakhe u-Anser Mahmood bekwaChicken Licken eMagaliesburg, ngesikhathi abasolwa begcona uKazi ngentshebe yakhe.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Mild. Pta: 19-30°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 14-26°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 15-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-22°C Cloudy. Cool. PE: 15-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...