UNzimande ufuna kuvikelwe uZuma

2012-11-15 10:02
Yabelani Shicilela

Johannesburg - UNobhala Jikelele weSACP uBlade Nzimande usephakamise ukuthi kube nomthetho ovikela uMengameli Jacob Zuma kulabo abedelela baphinde bambukele phansi, kubika iThe Star ngoLwesine.

Abantu bakuleli batshengisa ukungabahloniphi abantu abamnyama nesiko labo, bahlonipha amaJuda namaBhunu kuphela, esho.

UNzimande weseke isiphakamiso seSA Communist Party KwaZulu-Natal ngoMsombuluko, ukuthi kube nomthetho ovikela umengameli kulabo abamhlasela ngezinto "ezingasile nezingenaqiniso".

Uphinde waxwayisa ngokuthi kuzofika la abalandeli bakaZuma becikeka khona.

"Abantu bavumelekile ukuthi baphikisane nami, kodwa ukunyukana nokungahloniphani akwamukelekile," kusho uNzimande.

"Abelungu basibukela phansi kakhulu."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kumenele odubule wabulala intombi

Emizuzwini eyi-26 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Mostly sunny. Mild. Pta: 11-25°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 11-19°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 16-22°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 13-16°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...