UNazir Ali akayi ndawo - Motlanthe

2012-05-31 14:03

Cape Town - Isikhulu seSanral uNazir Ali, nowamemezela ukuthi uyasula esikhundleni sakhe ngenyanga eyedlule, akayi ndawo, kusho iPhini likaMengameli uKgalema Motlanthe ngoLwesine.

"Alukho uhlelo lokuqashwa kwesikhulu esisha," kusho uMotlanthe eKapa.

Ekhuluma eKapa esithangamini sabezindaba ngodaba lwama e-tolls oluhlelwa ukufakwa nguhulumeni emigwaqeni emikhulu eGauteng, uqinisekise ukuthi ukusula kuka-Ali kuhoxisiwe.

Ebuzwa ukuthi ngasbe lokhu kusho ukuthi u-Ali ukuhoxisile ukusula kwakhe, uthe ibhodi leSA National Roads Agency Ltd layithola incwadi yokusula, kodwa u-Ali wayifaka ngoba nakhu ekhala ngokuthi akukho asiza ngakho njengoba uSanral ubhekene nezinxushunxushu.

Ibhodi alikabhekani nalolu daba ngokufanele.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Mostly sunny. Cool. Pta: 17-32°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-27°C Sunny. Warm. Bloem: 15-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-28°C More sun than clouds. Warm. PE: 16-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...