UMvikeli woMphakathi uzophenya iNYDA

2012-10-24 08:28

Johannesburg - UMvikeli woMphakathi uThuli Madonsela uzocelwa ukuthi aphenye ngezinsolo ezithi iNational Youth Development Agency yasebenzisa izindodla zemali ngesikhathi kuhlelwa imicimbi yosuku lwentsha.

Umholi weDemocratic Alliance Youth uMakhashule Gana uthe bazocela kuphenywe iNYDA, IHhovisi likaMengameli kanjalo nohulumeni wase-Eastern Cape.

"Lesi sikhalo singesinye seziningi esesicele uMvikeli woMphakathi ukuthi aziphenye ngeNYDA," kusho uGana.

UNgqongqoshe eHhovisi likaMengameli uCollins Chabane uveze ukuthi iNYDA isebenzise imali ecela ku-R1million iyisebenzisela amabharethi, kulungiselelwa umgubho kaJuni 16.

Ibalelwa kuR2.8 million imali eyanikwa iNYDA kuze izohlela imigubho e-Eastern Cape.

 


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Unikwe odilikajele ababili owabulala

Emizuzwini eyi-1 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Scattered showers. Morning clouds. Mild. Pta: 16-24°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild.
Jhb: 13-19°C Showery. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 15-24°C Numerous showers. Partly sunny. Mild.
Dbn: 19-29°C Tstorms late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-23°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...