UMnyango wezasekhaya ohambayo

2012-03-30 16:39

Johannesburg - UMnyango wezaseKhaya uthi uzoqhubeka nokuhlela amahhovisi angomahambanendlwana, ngenhloso yokusiza abantu bathole omazisi.

UMnyango uthi omahambanendlwaba bazobekwa kulona lonke izwe, ukwelekelela kakhulu abantu abasezindaweni ezisemakhaya.

UMqondisi jikelele eMnyangweni uMkuseli Apleni, uthi lolu hlelo luzoqala ngamaholidi ePhasika.

U-Apleni, uthi amahhovisi okuqala azobekwa eDaggakraal, eMpumalanga, ngempelasonto.

“UMnyango wezaseKhaya umele ukunakekela abantu,”

“Uma sibona ithuba lokuthi sibasize nakanjani sizosiza," kusho u-Apleni.

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Usesejele uPistorius

2014-10-21 18:25
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 16-30°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 12-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 16-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...