UMnyango wezaseKhaya uxwayisa omama bezingane

2013-01-02 09:00

Johannesburg - UMnyango wezaseKhaya uthi uzobahlawulisa abazali abangabhalisi ngokusemthethweni abantwana babo, kuze kuphele izinsuku ezingu-30 bezelwe, kubika i-Eyewitness News.

Iphini likaNgqongqoshe uFatima Chohan uvakashele izibhedlela zaseGauteng, ngenhloso yokukhuthaza ngokubaluleka kokubhaliswa kwabantwana, eMnyangweni.

UChohan uthi kucutshungulwa ngenhlawulo ezonikwa omama abangabhalisile abantwana babo.
 
“Kuzothi kuphela inyanga kuzobe sekudingidwe kwaqedwa. Inhloso ukukhombisa ukuthi uhulumeni akadlali.”
 
“Sifuna abazali baqinisekise ukuthi abantwana bathola izitifiketi zabo zokuzalwa, zingakapheli izinsuku ezingu-30.”
 



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Sunny. Mild. Pta: 18-33°C Showers early. More sun than clouds. Hot.
Jhb: 16-26°C Showers early. More sun than clouds. Warm. Bloem: 15-34°C High level clouds. Extremely hot.
Dbn: 20-28°C Afternoon clouds. Warm. PE: 17-25°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...