UMkhize uxwayisa 'ngabavakasha bengamukelekile'

2012-11-15 08:31
Yabelani Shicilela

Durban - UNdunankulu waKwaZulu-Natal usecele amaqembu ezepolitiki ukuthi agweme izinto ezingase zidale uthuthuva, "njengokuhambela imizi yabantu bengamenyiwe".

Esitatimendeni, uthe iKhabhinethi lesifundazwe likhathazekile ngomzamo wakamuva weDemocratic Alliance "wokuyohlola" umuzi kaMengameli Jacob Zuma eNkandla.

Lokhu kwenzeka nje iSilo samaBandla uGoodwill Zwelithini uzama ukugwema ukuthi isifundazwe sibuyele empini yezombusazwe.

“Kuyona yonke le mizamo, into yokugcina esiyidingayo abantu abangenandaba nemizwa yabantu. Bavakashe bengamenyiwe nokungase kuvuse uthuthuva," kusho uMkhize.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- The Witness

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C a few showers. More sun than clouds. Cool. Pta: 3-17°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-13°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 1-15°C Sunny. Cool.
Dbn: 9-25°C Sunny. Mild. PE: 12-20°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...