UMbeki uzohola uhambo eBloemfontein

2012-01-06 08:44

Bloemfontein - Lowo owayengumengameli uThabo Mbeki uzobonakala okukuqala ngqa ezimatanise ne-ANC emcimbini wangempelasonto kusukela aketulwa nguMengameli Jacob Zuma ePolokwane ngo-2007, kubika iSowetan.

UMbeki uzophatha ithoshi ngeSonto emgubhweni weminyaka engu-100 kwasungulwa i-ANC esuka eWaaihoek Wesleyan Church, nalapho lasungulelwa khona leli qembu, aze ayolinika uZuma enkundleni yezemidlalo.

UMbeki uzobe ehambisana nemindeni yalabo abake baba ngomengameli bakaKhongolose.

Abaholi bamazwe abasaqinisekisiwe ukuba bazoba yingxenye yale migubho, kubalwa uMengameli waseZimbabwe uRobert Mugabe, owaseBotswana u-Ian Khama, iNkosi yaseLesotho iNkosi Letsie III noMengameli wase-Uganda uYoweri Museveni.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter







- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Uchiphize waze walala u-Oscar - Umbiko

Emizuzwini eyi-11 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Sunny. Mild. Pta: 14-29°C Rain late. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 11-25°C Numerous showers. High level clouds. Mild. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 15-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...