UMasipala waseKZN kwelokukhwabanisa

2012-03-20 10:02

Johannesburg - Umsebenzi, 43, wakuMasipala waseNdumeni KwaZulu-Natal nobese ewusebenzele iminyaka engu-15, wathola imali yempesheni yeminyaka engu-45 asebenza, kusho umbiko ngoLwesibili.

INatal Joint Municipal Pension Fund yakhokhela uBart Maltman u-R2.7 million emuva kokuthi esulile emsebenzini.

Waphinde futhi waqashwa kulo masipala.

Amajaji amahlanu ayesingethe isinqumo sokudluliswa kwecala athe uMaltman nalo masipala bahlukumeza imithetho yesikhwama sempesheni.

Yonke into ikhomba ukuthi uMaltman nalo masipala bakha itulo lokuphula imigomo yesikhwama sempesheni, kusho la majaji.

Amajaji u-Ian Farlam, Belinda van Heerden, Azhar Cachalia, Lorimer Leach noMalcolm Wallis bakhipha isinqumo sokuthi lo masipala ubuyisele imali engu-R2.5 million kulesi sikhwama.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 19-33°C Showers late. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-26°C Morning clouds. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...