UMantashe ushelela i-ANC kuSACP

2012-07-12 14:05

KwaDlangezwa - USihlalo weSA Communist Party uGwede Mantashe nosethi khumu kulesi sikhundla ucele amalungu eSACP ukuba ajoyine iqembu elibusayo i-African National Congress.

"Ukusebenza namandla esinawo ayobonakala ngendlela esikwazi ngayo ukusebenzisana namadlelandawonye ethu," esho enkomfeni yokuqokwa kobuholi beSACP ebanjelwe ngaseMpangeni, KwaZulu-Natal.

"Iqiniso ukuthi kukhona amakomanisi angewona amalungu e-ANC."

UMantashe uthe ayidlanzana amalungu eSACP abambe izikhundla zikazwelonke ku-ANC nakuKhabhinethi.

UMantashe uthe ukwehla kwakhe kulesi sikhundla akungabi-ke yithambo lokugiya ezintathelini.

Uthi lesi yisinqumo asithathe esesicabangisise kahle.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-21°C Showers early. Morning clouds. Cool. Pta: 18-29°C More clouds than sun. Warm.
Jhb: 15-24°C Showers early. Broken clouds. Mild. Bloem: 17-25°C Showers early. Morning clouds. Warm.
Dbn: 20-29°C Tstorms late. Afternoon clouds. Warm. PE: 19-25°C a few showers. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...