UMantashe ugxibhe iCosatu ne-ANCYL

2012-12-17 08:00

Bloemfontein - Amahlongandlebe ku-ANC, i-ANCYL kanjalo neCosatu, bathole ukugxekwa nguNobhala Jikelele weqembu uGwede Mantashe enkomfeni yeqembu eseMangaung.

UMantashe utshele le ngqungquthela ukuthi kunezinto eziningi ezingathokozisi esezenziwe ukumelana neqembu.

UMantashe ubukeke athokozelwe ngabaningi njengoba kusho ingoma ngesikhathi esukuma, kanti idlanzana lithe kumele ashenxe esikhundleni.

“Abanye abantu bathi akukaze kushintshe lutho kusukela ngo-1994,” kusho uMantashe. “Nithi i-ANC ayenzi neze kahle uma kuqhathaniswa nesikhathi sobandlululo. Nineminyaka eko-25 no-30, nazini nje?"

ICongress of SA Trade Unions ingabanye balabo, abathi uhulumeni wamanje awukaze wenze mehluko, esho.

Uyigxeke ngokuhlale njalo inakene ne-ANC.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C Sunny. Mild. Pta: 15-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 14-31°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 13-22°C Afternoon clouds. Mild. PE: 16-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...