UMandela ungcono kakhulu - Zuma

2012-12-25 14:34
Yabelani Shicilela

Johannesburg - UMengameli Jacob Zuma ujoyine uGraca Machel namalungu omndeni kaNelson Mandela ukuyomfisela uKhisimusi omuhle esibhedlela ePitoli ngoLwesibili.

"Simuthole esisimweni esihle kakhulu. Ungibize ngoNxamalala ngingena ewadini! Ubejabule kakhulu ngesikhathi engibona kanti ubukeka engcono kakhulu," kusho uZuma.

UMandela wangena esibhedlela ngoDisemba 8.

"Umndeni wakwaMandela uyalubonga lonke uxhaso oluvela kubantu bakuleli. Lokhu kumenza ukuthi acongobezele nangalesi sikhathi esinzima."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kubulawe abe-ANC eKZN

2014-04-24 10:09
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-21°C Sunny. Mild. Pta: 10-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-17°C Sunny. Mild. Bloem: 7-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 15-22°C Widely scattered tstorms. Broken clouds. Cool. PE: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...