UMalema uzophawula ngokuvalelwa kwakhe

2012-09-18 08:05
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Umholi we-ANC Youth League owaxoshwa uJulius Malema kulindeleke ukuthi akhulume nabezindaba ngoLwesibili, aphefumule ngokuvalelwa kwakhe ngaphandle enkundleni yezemidlalo ebekuhlangene kuyo abavukuzi basemayini iMarikana.

Kulindeleke ukuthi uMalema abambe isithangami nabezindaba eSandton.

"kuzokhulunywa konke esithangamini sabezindaba... kuzokhulunywa ngokuvinjwa kukaMalema ukuthi angene ngaphakathi enkundleni ayokhuluma nabavukuzi," kusho umkhulumeli wophiko omisiwe uFloyd Shivambu, esitatimendeni.

"Kuzokhulunywa ngoqhekeko olukhona kwezombusazwe eNingizimu Afrika."

NgoMsombuluko amaphoyisa avimbele uMalema ukuthi angene ngaphakathi enkundleni iWonderkop, la bekuhlangene khona abavukuzi bezodingida ngezindaba ezithinta amaholo abo.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 17-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-20°C Rain late. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...