UMalema unelungelo lokukhuluma - Motlanthe

2012-09-21 08:27

Johannesburg - Umengameli wophiko lwentsha lwe-ANC owaxoshwa uJulius Malema kumele azizwe ehlukumezekile ngokuvinjelwa ukukhuluma eMarikana, kusho iPhini likaMengameli uKgalema Motlanthe ngoLwesine.

“UMthethosisekelo unginikeza ilungelo lokuthi ngingavumelani nokushoyo, kodwa futhi kumele ngihloniphe ilungelo lakho lokukusho lokho okufunayo," kuqhuba uMotlanthe.

“Uma ungazizwakalisi izimvo zakho ngomlomo, abantu abasoze bazi ngazo."

UMotlanthe ubekhuluma esifundweni sokuhlonipha u-Oscar noRose Mpetha eStellenbosch University ngoLwesine ebusuku.

Uthe izinyunyana zabasebenzi zamanje sezihluke kakhulu kunalezo zangesikhathi soMpetha.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

'Abafelokazi mababhasobhe oBen 10'

Emizuzwini eyi-34 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Scattered clouds. Mild. Pta: 17-25°C a few tstorms. Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 13-18°C Showery. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 15-21°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 19-24°C Rain showers. Afternoon clouds. Mild. PE: 17-20°C Showers early. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...