UMakgoba uqokelwe isikhundla esibalulekile

2012-12-13 16:36

Johannesburg - Iphini lika shansela e-University of KwaZulu-Natal (UKZN) uMalegapuru Makgoba useqokwe njengosihlalo wekomidi elizobhekela ukuguqulwa kwamanyuvesi akuleli, kusho umbiko ngoLwesine.

"Ngifisa ukuhalallisela uSolwazi uMakgoba ngokuqokwa kwakhe ngalesi sikhathi," kusho usihlalo wesigungu e-UKZN, uPumla Mnganga, esitatimendeni.

Ikomidi lizobhekisisa konke okumele ukuqashelwa uma uguqulwa amanyuvesi.

"Ngikholwa wukuthi inyuvesi ngaphansi kukaSolwazi uMakgoba ithola ukuqhakambiswa ngokufanele. Ikomidi nakanjani lizokwenza umsebenzi oncomekayo ekukhuliseni imfundo yakuleli."





 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

'Abafelokazi mababhasobhe oBen 10'

Emizuzwini eyi-26 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Scattered clouds. Mild. Pta: 17-25°C a few tstorms. Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 13-18°C Showery. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 15-21°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 19-24°C Rain showers. Afternoon clouds. Mild. PE: 17-20°C Showers early. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...