UMaharaj uphike izinsolo

2011-11-22 13:52

Pretoria – Okhulumela uMengameli Jacob Zuma, uMac Maharaj, uziphikile izinsolo zenkohlakalo nezokuthola imali yemvalamlomo.

UMaharaj utshele iNational Press Club ePitoli ukuthi akazange aphule umthetho.

"Angizange ngiphule mthetho wenkohlakalo nokuthola imali engekho emthethweni," esho.

Izinsolo ezenziwe yi-Mail & Guardian zithi uMaharaj kanye nomkakhe, uZarina Maharaj, bathola amantshontsho ka-R3.2m enkampanini yezikhali, iThales, ngokunikezwa ithenda yomsebenzi ka-R265m wuMnyango wezokuThutha ngesikhathi engungqongqoshe walo mnyango.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Sunny. Mild. Pta: 3-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-27°C Sunny. Pleasantly warm. PE: 12-21°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...