UMagashule uhlaba ukuthengwa kwamavoti

2012-04-24 12:03
Yabelani Shicilela

Johannesburg - USihlalo we-ANC eFree State, u-Ace Magashule, ukhulume ngendaba yokuthengwa kwamavoti ezinkomfeni zeqembu, esho ekhuluma nelinye lamaphephandaba ngoLwesibili.

"Abantu bafuna ukuba ngabaholi benhlangano, ngakho-ke baheha abanye ngemali. Akekho ongafuni ukuphenduka isicebi ngokuphazima kweso," esho etshela iThe New Age.

"Akekho umuntu osefuna ukufunda manje, wonke umuntu unebhizinisi namathenda. Abantu abasazikhandli ngomsebenzi," kusho uMagashule.

UMagashule, ophinde abe nguNdunankulu waseFree State, uthe lo mkhuba usuwenze intsha ukuthi ingasafuni ukuhlala edeskhini.

Uthe lo mkhuba kumele uphele, futhi i-ANC kumele ithole izindlela zokubhekana nalesi sihlava.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-23°C Sunny. Mild. Pta: 10-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-19°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 11-23°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 15-26°C Sunny. Mild. PE: 17-26°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...