UJub Jub uzobuyela enkantolo

2012-11-06 08:05

Johannesburg - Umculi uMolemo “Jub Jub” Maarohanye, nowalahlwa yicala lokubulala, kulindeleke aphikise isinqumo esathathwa yinkantolo yaseSoweto nesithi ahlale esitokisini kuze kube uyagwetshwa, kusho iNational Prosecuting Authority.

“UMaarohanye uphikise isicelo seMantshi uBrian Nemavhidi eNkantolo yeMantshi yaseProtea sokuthi agqunywe endlini emnyama kuze kube nguNovemba 30," kusho okhulumela lolu phiko uPhindi Louw.

Lesi sicelo sizolalelwa yiNkantolo eNkulu yaseSouth Gauteng ngoLwesithathu.

Ngo-Okthoba 16, uMaarohanye noThemba Tshabalala bagojelwa ngamacala amane okubulala namabili okuzama ukubulala.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-27°C Sunny. Warm. Pta: 18-30°C Tstorms late. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 16-25°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 14-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-22°C Afternoon clouds. Cool. PE: 16-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...