UClinton uzolumana indlebe noMandela

2012-08-06 08:05
Yabelani Shicilela

Johannesburg - UNobhala woMbuso eMelika uHillary Clinton uzohlangana nengqalabutho yakuleli uNelson Mandela ngoMsombuluko, kulandela ukutheleka kwakhe kuleli njengoba ehambele e-Afrika.

Lo mhlangano wasemini ozobanjelwa eQunu.

UClinton, nothathe indiza esuka eMalawi ngeSonto uze kuleli, kanti uzohambela eGoli, ePitoli naseKapa kuze kube uLwesine ekuseni.

Kulindeleke ukuba ahlangane nezikhulu zikahulumeni, kanjalo nezikhulu ezimele izinkampani ezizimele.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-21°C High level clouds. Mild. Pta: 8-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 4-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 14-23°C Morning clouds. Mild. PE: 11-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...